Durban - Ulale kahle sthandwa sami, ngiyabonga ngothando owanginika lona, uthando engingeke ngalufanisa nalutho. Lawa ngamanye amazwa ka-Ayanda Ncwane avele encwadini yakhe yokuvalelisa umyeni wakhe.